Share

I-EFF ikhala ngokuphazanyiswa eThekwini

Durban – Iqembu le-Economic Freedom Fighters likholelwa ukuthi kunokugxambukela kwezepolitiki okukhona ngemuva kokuba lithe uMasipala weTheku uhoxise irali yabo yeFreedom Day ebihlelelwe ukuba ibanjelwe eJohn Dube Stadium eThekwini.

Kodwa okhulumela umasipala uTozi Mthethwa uthe le nkundla bayiqashisela ukuba isetsheniswe yi-EFF.

"Inkundla ikhona futhi yaqashiselwa i-EFF," usho kanje kwabeNews24.

Funda nalolu daba: Kubulawe unogada kwesokuphanga

I-EFF ithe yatshelwa ngoLwesihlanu yidolobha ukuthi ngeke ikwazi ukusebenzisa le nkundla ngenxa yokuthi iyalungiswa, kusho uMbuyiseni Ndlozi.

UNdlozi uthe iqembu lakhe bese lenze izingqwembe zokukhangisa lo mcimbi ezingu-2 000 kanye namapheshana angu-30 000 abesekhokhelwe kanjalo namabhasi abezothutha abantu.

"Kuyacaca ukuthi kunokugxambukela kwezepolitiki okuhloswe ngakho ukukhubaza ukukhula kwe-EFF KwaZulu-Natal," usho kanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 291 votes
No! It's time to move on ...
36% - 164 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
+1.0%
Rand - Pound
23.75
+0.8%
Rand - Euro
20.37
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.1%
Platinum
911.30
-0.1%
Palladium
997.00
-0.8%
Gold
2,326.89
+0.5%
Silver
27.36
+0.7%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
68,359
-0.3%
All Share
74,287
-0.3%
Resource 10
61,513
+1.8%
Industrial 25
102,602
-1.4%
Financial 15
15,848
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE