Share

Eligawulwe yizembe lihlukane nabadlali bodumo

Johannesburg – Iqembu eligawulwe yizembe ngesizini edlule iMoroka Swallows lihlukane nabadlali abangu-12 njengoba lilungiselela ukudlala esigabeni sensational First Division.

Izinyoni zaseDube zihlukane nabadlali okubalwa kubo ukaputeni waleli qembu uLefa Tsutsulupa, Ashraf Hendricks, Rudi Isaacs, Shere Lekgothaone, Lucky Baloyi (obuyele kwiKaizer Chiefs), Larry Cohen, Sipho Mngomezulu, Felix Obada, Lantshene Phalane, Vuyisile Wana, Luyolo Nomandela no-Obren Cuckovic.

Ngakolunye uhlangothi umgadli uSiyabonga Nomvethe noDikgang Mabalane basayine izinkontileka ezintsha naleli qembu kanti kusalindeleke ukuthi kuphume isinqumo ngekusasa likanozinti uGreg Etafia.   

OLUNYE UDABA:AbeBucs bahlenge impilo yowesifazane eTunisia

“Asikasithathi isinqumo ngo-Etafia ngoba omunye wonozinti bethu uSage Stephens usazilolonga naMaZulu kodwa kungenzeka abuye.

ULefa usewabeke ethala amakhokho,” kusho isikhulu seSwallows uLeon Prins etshela iSiya Crew

Leli qembu kubikwa ukuthi lisayine abadlali abangenawo amava kangako kwoPSL ukuzama ukuqinisa leli qembu esigabeni se-NFD.

Phakathi kwabadlali abasayinwe yileli qembu kubalwa uTshepo Moloto, Mxolisi Michael Kunene, Khanyisani Sithole noBoysen Mbatha.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 939 votes
No! It's time to move on ...
33% - 456 votes
Vote
Rand - Dollar
18.82
+1.1%
Rand - Pound
23.51
+1.2%
Rand - Euro
20.13
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
922.40
-0.3%
Palladium
961.00
-3.0%
Gold
2,339.91
+0.3%
Silver
27.32
-0.4%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE