Share

Engalibalekela icala oweloli kweyase-Alberton

Johannesburg - Umshayeli weloli eyadala ingozi endaweni yase-Alberton ngesonto eledlule ebulala abantu abathathu engalibalekela icala lokhu kulalelwe eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge ngoLwesithathu.

Umshushisi uJohn Ntuli uthe u-Isaac Wade Maruding wayishiya indawo yesigameko wangaya ukuyobika emaphoyiseni.

"sizokubeka kucace ukuthi wahamba endaweni yesigameko.Ukwenza kwakhe kwatshengisa ukuthi uyingozi.Wahamba endaweni yesigameko," kusho uNtuli.

OLUNYE UDABA: Ubengaqali ukudala ingozi umshayeli kweyase-Alberton

UMaruding waboshwa ePotchefstroom ngemuva kosuku lwesigameko esabulala abantu abathathu emgwaqeni uN12 eduzane nase-Alberton ngomhlaka-14 Okthoba.

UNtuli uphinde wathi ukumdedela kuyobe kuchaze ukudelela umthetho.

Useke waboshelwa ukushayela ngobudedengu nokubulala ngokungenanhloso ngaphambilini.

Ukumkhipha ngebheyili kuyoveza isithombe esimbi kwabanye abaphula umthetho.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                   

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 471 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 900 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.3%
Rand - Pound
23.66
-0.2%
Rand - Euro
20.21
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
970.80
-0.5%
Palladium
1,021.50
-0.2%
Gold
2,385.62
+0.1%
Silver
28.16
-2.5%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.2%
All Share
73,000
-2.1%
Resource 10
61,638
-3.6%
Industrial 25
98,321
-1.9%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE