Share

Hlukanani phansi neSilo - IFP

Durban – Inkatha Freedom Party igxeke kakhulu iDemocratic Alliance ngokuhlasela iSilo samaBandla yabe isithembisa ukuyifundisa ngendima edlalwa yiMbube esifundazweni saKwaZulu Natal.  

Ngokubika kwe-eNCA umholi we-IFP eSishayamthetho uBlesed Gwala ngoLwesibili uthe amaqembu ezepolitiki ikakhulukazi i-DA mawayeke ukupolitika ngeSilo.

Lokhu uGwala ukusho ngesitatimende ngemuva kokua uFrancous Rodgers we-DA edalule ukuthi iMbube yasebenzisa imali engaphezulu kuka-R3million ngokuqasha izindiza ihambela imicimbi eyahlukene.

“Manje sekuyisikhathi ukuthi lokhu kuhlaselwa kweSilo emphakathini kuphele nya. Akukho lapho sizwa khona ukuthi iSilo sichithe izizumbulu zemali ziya eholidini namalungu aseNdlunkulu.

OLUNYE UDABA: Elepolitiki liphakamise ukuthi kube neMarikana Day

Uhulumeni wesifundazwe ukubeka kucace ukuthi iMbube iwubuso besifundazwe futhi idlala indima ebalulekile ukuheha abatshali bezimali nezivakashi eziqhamuka emhlabeni jikelele,” kusho uGwala.

Usole uRodgers ngokwakha isithombe sokuthi iSilo asibakhathalele abampisholo.

“I-IFP iphakamisa ukuthi bonke laba abangayiqondi indima edlalwa yiSilo esifundazweni baxhumane nayo ukuze ibafake esikoleni ibacobelele ngolwazi noma bathule bathi du futhi bangasabalaliswa ulwazi olungelona iqiniso emphakathini,” uGwala esho.

Ngonyaka wezimali 2014/15 i-Zulu Royal Household Trust yahlabana nesabelomali sika-R54.2million kodwa ngoFebruwari walo nyaka lemali yabe isiphelile njengoba yaphinde yengezwa ngo-R5million uhulumeni wesifundazwe.

Ngo-Ephreku uSunday Times yabika ukuthi lo R5million wasetshenziswa ukuthenga izimoto ezingu-7 zohlobo lwamaMercedes Benz zamakhosikazi beSilo.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 391 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 541 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE