Share

I-ANC ifuna iPhalamende livikele uZuma

Johannesburg – Ikomidi le-ANC eliphezulu kuzwelonke lifuna iPhalamende livikele uMengameli uJacob Zuma nephini lakhe uCyril Ramaphosa ekuhlambalazweni ngamaqembu aphikisayo, kubika iSunday Times.

Lokhu bekubhalwe esitatimendeni esikhishwe ngesikhathi kuphela umhlangano wekomidi le-ANC ngoMgqibelo, kubika iphephandaba.

"Ikomidi eliphezulu lixwayise ngesenzo esiqhubekayo sokungamhloniphi uMengameli wezwe kanye nokwehliswa kwakhe isithunzi yilabo abahlose ukudelela intando yabantu,” kusho uNobhala Jikelele we-ANC uGwede Mantashe esitatimendeni.

Funda nalolu daba: Azibuyele emasisweni - Zuma.

ISunday Times ithe i-ANC ayizange ichaze ukuthi ifuna bavikelwe kanjani, kodwa ithe ukuvikelwa kukaZuma noRamaphosa akusho ukuthi kumele bangasolwa ngalutho uma kumele basolwe.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 887 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE