Share

I-ANC izokwamukela amalungu alaxaze i-EFF

Mbombela – Kulindeleke ukuthi amukelwe ngezandla ezivulekile kwi-African National Congress amalungu asanda kulaxaza i-Economic Freedom Fighters. 

NgoMgqibelo kuhlelwe umcimbi wokwamukela inqwaba yamalungu asanda kushiya leli qembu eliholwa uJulius Malema.

Umcimbi wokwamukela la malungu uzoba senkundleni yebhola lombhoxo iNelspruit Rugby Stadium  kanti kulindeleke ukuthi uhanjelwe uNdunankulu waseMpumalanga uDavid Mabuza. U-Ayanda Tshabalala obeyilungu le-EFF esiShayamethetho saseMpumalanga ukuqinisekisile ukuthi ujoyina elikaKhongolose.

OLUNYE UDABA: Amabandla adumele ngokuziphatha kukaZuma ePhalamende

“Kuyiqiniso ukuthi ngijoyina i-ANC.

Lokhu kucacisa ngokusobala ukuthi i-EFF akuyona inhlangano kanti nabantu abayiholayo abahlosile ukwakha iqembu labantu,” uTshabalala etshela iNews24. 

NgoMsombuluko uTshabalala, uVeli Manzini, Sammy Nkosi, Celi Nkambule, Caleb Sebatane, Prudence Mbalathi noMpumelelo Masina bamemezela ukuthi bayayishiya i-EFF ngoba isigudlukile kwinqubomgomo eyakhelwe ngaphezu kwayo.

UTshabalala uthe i-EFF ifana nenkampani ezimele yabantu ababili “Iyi-PTY LTD kaMalema noFloyd,” esho enanela ngokuthi basebenzisa leli qembu ukufeza izinhloso zabo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 569 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 585 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
+0.1%
Rand - Pound
23.78
+0.1%
Rand - Euro
20.44
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
924.10
+0.4%
Palladium
1,035.50
+0.9%
Gold
2,326.45
+0.2%
Silver
27.41
+0.4%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,051
0.0%
All Share
74,011
0.0%
Resource 10
59,613
0.0%
Industrial 25
102,806
0.0%
Financial 15
15,897
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE