Share

I-DA ngeke iqambele uMasina amanga - EFF

Johannesburg – Iqembu le-Economic Freedom Fighters lifuna iPhini likaNgqongqoshe wezoHwebo neziMboni uMzwandile Masina ahoxise amazwi akhe okuthiwa uwasho ePhalamende ngesikhathi kudingidwa ngesabelomali sehhovisi likaMengameli.

UMasina kuthiwa ubonakale ethi “I will f*ck you up” elungwini leDA ePhalamende ngoLwesibili, kubika iNetwerk24.

UThoko Didiza obekunguyena obengamele uhlelo uthe uzolubhekisisa lolu daba.

Funda nalolu daba: Ugwetshiwe owasenkulisa owenzisa izingane ucansi

UMasina ukuphikile ukuthi usabise ilungu leDA.

"I-EFF ikholelwa ukuthi uMzwandile Masina kumele awahoxise amazwi akhe awasho ePhalamende futhi axolise njengawo wonke amalungu okudingeke ukuba enze okufanayo ngokwedlule, ngokusebenzisa amagama angavumelekile ePhalamende,” kusho okhulumela iqembu uMbuyiseni Ndlozi ngoLwesithathu. 

"I-EFF inesiqiniseko sokuthi iqembu eliphikisayo ngeke liqambele uMzwandile Masina amanga ngoba wake wadelela unobhala jikelele weCosatu uZwelinzima Vavi esiteshini sikamabonakude sezindaba.”

Uthe i-EFF izobhalela incwadi uSomlomo wePhalamende, uBaleka Mbete, imcele ukuba abhekane nalolu daba ngoLwesithathu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 16 votes
Hardly - I prefer streaming online
68% - 563 votes
Sometimes - it depends on the film release
30% - 246 votes
Vote
Rand - Dollar
19.13
-0.6%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.38
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.5%
Platinum
953.10
+0.0%
Palladium
1,043.00
+0.8%
Gold
2,380.35
+0.8%
Silver
28.35
+0.5%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,246
+0.5%
All Share
73,324
+0.5%
Resource 10
63,201
-0.3%
Industrial 25
98,529
+0.7%
Financial 15
15,520
+0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE