Share

I-EFF ithi akuphelile ngokumiswa kwamalungu ayo

Johannesburg - I-Economic Freedom Fighters isithembise ngokubabela ezinkantolo ngemizamo yokuvimbela iPhalamende ukuba limise amalungu alo angu-12 ePhalamende, kusho iqembu ngoLwesihlanu.

"I-EFF izoya enkantolo iyofaka isicelo esiphuthumayo sokuvimbela iPhalamende mayelana nesinqumo esilithathile esingekho emthethweni,” kusho okhulumela i-EFF uMbuyiseni Ndlozi.

"IPhalamende belingakazikhiphi izincwadi ezigunyaza ukumiswa kwamalungu e-EFF, ngakho silinde zona ukuze sizokwazi ukuyovula icala."

NgoLwesine, isiShayamthetho sinqume ukumisa amalungu angu-12 e-EFF.

OLUNYE UDABA: Akakhokhe imali uZuma - EFF

Lo mbiko uncome ukuthi umholi we-EFF uJulius Malema, uSotswebhu uFloyd Shivambu, uGodrich Gardee, Mpho Ramakatsa, Khanyisile Litchfield-Tshabalala noMbuyiseni Ndlozi bamiswe izinsuku ezingu-30 bengaholi.

Amanye amalungu e-EFF, o-Elsabe Louw, Ngwanamakwetle Mashabela, Nthako Matiase, Hlengiwe Maxon, Magdalene Moonsamy no-Andile Mngxitama, azomiswa izinsuku ezingu-14.

Amanye amalungu angu-8 ayalelwe ukuba axolise ngomlomo.

Lokhu kumayelana nesidumo esasuka ePhalamende ngesikhathi amalungu aleli qembu ememeza ethi uMengameli Jacob Zuma kumele akhokhe imali.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 492 votes
No! It's time to move on ...
35% - 264 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE