Share

I-EFF iyolibusa leli - Malema

Cape Town - Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema utshele iPhalamende ukuthi iqembu lakhe liyoyibusa iNingizimu Afrika ngelinye ilanga.

Ekhuluma ngemuva kwenkulumo yesabelo sezimali kaMengameli Jacob Zuma, uMalema uthe amanye amaqembu abeyibukela phansi kakhulu i-EFF ngesikhathi isanda kusungulwa.

Leli qembu ligubha unyaka lasungulwa ngoMgqibelo.

"Sasho ngoJulayi 26 wonyaka odlule ukuthi i-EFF inguhulumeni olindile. Uma kusekhona okungabazayo lokho nanamhlanje, udinga usizo lwezempilo," kusho uMalema.

Yize ephinde wathi i-ANC yeseka ogombelakwesabo abamhlophe, lo mholi ube namazwi amahle abhekiswe kuKhongolose.

"Sithanda ukuthatha leli thuba sizwakalise ukujabula kwethu ngokuphumela obala kweqembu elibusayo ekutheni liveze ukuthi liyaweseka umzabalazo wasePalestine."


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 888 votes
No! It's time to move on ...
33% - 434 votes
Vote
Rand - Dollar
18.82
+1.0%
Rand - Pound
23.53
+1.1%
Rand - Euro
20.17
+1.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.8%
Platinum
924.30
-0.1%
Palladium
967.00
-2.4%
Gold
2,350.06
+0.8%
Silver
27.61
+0.7%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,335
+1.3%
All Share
75,294
+1.3%
Resource 10
63,168
+1.7%
Industrial 25
103,575
+1.0%
Financial 15
16,029
+1.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE