Share

I-SANDF izosiza ekuphenyeni ngobulale umkakhe ngeziqhumane

Durban - ISouth African National Defence Force izokweseka iphinde isize mayelana nophenyo ngesigameko sokubulawa kwesosha elijikijelwe ngeziqhumane lashona, kusho uBrigadier-General Xolani Mabanga, ngoLwesibili.

ULesego Mohoasa, 33, obesebenzela enkanjini yamasosha eseBluff, ushone ngemuva kokuhlaselwa ngamabhomu emzini wakhe okuKarridale Drive, eManzimtoti.

Umsolwa, 44, naye owayeyiphoyisa embuthweni wezempi, owayekhona nakuMkhonto Wesizwe ngeminyaka yawo-1980, ugcwele amathafa, kubika iDaily News.

“Wonke amasosha e-SANDF awavumelekile ukuthi aphathe izikhali uma engekho emsebenzini. Kunemithetho enqala ebhekene nalokhu.

OLUNYE UDABA: Kufunwa osolwa ngokubulala umkakhe ngeziqhumane e-KZN

“Ngeke sikwazi ukukhuluma sigeqe amagula okwamanje ngalesi sigameko lungakenziwa uphenyo olunzulu.

“Sikhalisana kakhulu nomndeni kamufi,” kusho uMabanga.

Kusolakala ukuthi uMohoasa ube nengxabano nomsolwa ngemuva kokuthi bebuye emngcwabeni.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane uthe bekungakaboshwa muntu ngalesi sigameko.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 418 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 878 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE