Share

I-UDM ifake isicelo sokuba kuphenywe uBaleka Mbete

Cape town - Umholi we-United Democratic Movement uBantu Holomisa usesifake ngokusemthethweni isicelo phambi kwekomidi lePhalamende, iJoint Ethics and Members Interest Committee, ukuba liphenye uSomlomo wePhalamende uBaleka Mbete.

Lokhu kungemuva kwezinsolo ezithi wanikezwa yiGoldfields isabelo senkampani esingu-R25-million, kubika iSABC.

UHolomisa wenze lesi sicelo encwadini ayibhalele usihlalo wekomidi u-Amos Masondo.

Ufuna ukwazi ukuthi isabelo asinikezwa wasithola ngokugwazela yini, njengokusho kwemibiko yabezindaba.

Funda nalolu daba:  Sibukeka sisazoqhubeka isiteleka sasePosini.

"Ngakho ke i-UDM namhlanje ekuseni (ngoLwesithathu) icele i-Ethics Committee ukuba iphenye ngalolu daba,” isho kanje.

Phakathi kokunye, i-UDM ayineme ngezinsolo ngoba uBaleka wayeyiphini likaMengameli wezwe futhi unesikhundla esibalulekile, okungenzeka ukuba yingakho anikezwa isabelo esingaka senkampani,” isho kanje.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 886 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE