Share

IMeya yeTheku inomhlangano nosomatekisi

Durban - Kulindeleke kuphume isisombululo emhlanganweni phakathi kweMeya yeTheku uJames Nxumalo nabaholi bezinhlangano zamatekisi ngaphansi kweTheku ngoLwesihlanu. 

IMeya nalaba baholi bahlangana ngenhloso yokuxazulula izinxushunxushu phakathi kwabashayeli bamatekisi namaphoyisa omgwaqo angaphansi kwalo masipala iDurban Metro Police.

Abashayeli bamatekisi bafuna ukuthi amaphoyisa ayeke izivimbamgwaqo ngoba bakhala ngokuthi zikhetha iphela emasini zisuke ziqondiswe kubona kuphela.

Ekuqaleni kwaleli sonto kusuke esinamathambo ngesikhathi kutholana phezulu amaphoyisa angaphansi kweDurban Metro nabashayeli bamatekisi okuholele ekutheni kudutshulwane kwalimala ababili.

IMeya uNxumalo usenxuse ukuthi amaphoyisa amise kancane ukwenza izivimbamgwaqo kuze kube kuphuma isixazululo ngalolu daba, kubike abakwaSABC

"Sengizitshelile izikhulu zamaphoyisa ukuthi zime kancane ukuqhubeka nalezi zivimbamgwaqo kuze kube isimo sibuyela esimweni," kusho uNxumalo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 468 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 672 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.0%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.42
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE