Share

ISadtu ifuna kululwe amaholidi othisha - Umbiko

Durban - Abenyunyana enkulu ezweni bajabhile ngekhalenda lezikole zahulumeni, sebefake isiphakamiso sokuthi makululwe izinsuku zamaholidi ukuze othisha bakwazi ukuphumula kahle.

AbeSouth African Democratic Teachers Union (Sadtu) bathi eminyakeni eyedlule amaholidi abelokhu encipha.

“Lena yindaba okumele ikhulunywe.”

Uqhube wathi othisha bachitha isikhathi esiningi samaholidi bemaka amaphepha futhi bematasa ngezimpelasonto belungiselela okuzofundwa uma kuqala isonto, okusho ukuthi bayadinga ukuba amaholidi alulwe ukuze baphumule.

Kulonyaka ikhalenda lezikole liqale ngomhlaka 15 Januwari, kuzovalwa ngomhlaka 10 Disemba.

Eminyakeni eyedlule amaholidi ayemade kodwa zaziphumelela izingane, kuqhuba uMaluleke.

Kukhalaze abaningi ngesikhathi le nyunyana ithi kudlalwa ngamalungu ayo, yathui sekuhlongozwa isiteleka ukuze kubhekwe izinto eziningi ezahlukene.

ISadtu ilinde incwadi ebagunyazayo ukuba babenesiteleka ukuze kuzolungiswa zonke izikhalazo zabo, kubika abe-Daily News

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
President Cyril Ramaphosa will sign the National Health Insurance Bill into law this week.
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
At last. The NHI will improve healthcare for all South Africans.
4% - 11 votes
Cheap politicking before the election. Challenge the Bill in court.
90% - 262 votes
I don't have strong feelings about the NHI either way.
6% - 18 votes
Vote
Rand - Dollar
18.39
-0.1%
Rand - Pound
23.14
-0.3%
Rand - Euro
19.89
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.17
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
1,033.85
+3.3%
Palladium
979.99
+1.7%
Gold
2,355.49
+0.9%
Silver
28.49
+1.0%
Brent Crude
83.36
+0.7%
Top 40
72,372
-0.1%
All Share
78,633
-0.1%
Resource 10
62,434
-0.6%
Industrial 25
110,498
+1.1%
Financial 15
16,818
-1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE