Share

Ikhehla ecaleni lokudlwengula nokushushumbisa

Nelspruit – Babhekene namacala okudlwengula nokushushumbiswa kwabantu abalisa ababili baseMpumalanga abebevele eNkantolo yeMantshi  yaseGraskop. 

Kubikwa ukuthi Lloyd Mabuza oneminyaka engu-60 ubudala nasolwa naye uViolet Chauke  oneminyaka engu-22 ubudala bavele enkantolo ngoLwesithathu ngokubika kweBeeld ngoLwesine.  

Kuthiwa phakathi kweminyaka u-2009 no-2012 bebeheha izingane zamantombazane zaseMozambique bazilethe eNingizimu Afrika ngokuzithembisa imfundo nempilo engcono.

OLUNYE UDABA: Bavelile abasolwa ngokudla inyama yenja

Umbiko uveza ukuthi la mantombaze abaneminyaka ephakathi kuka-10 no-16.   

Kubikwa ukuthi laba baboshwe ngoDisemba 2012 ngemuva kokutholakala kwezingane zamantombazane ezinhlanu zinqunu futhi zilambile.

Kusolakala ukuthi ukuthi lezi zingane ubeseziphendule izigqila zocansi emzini wakhe oseRhenosterhoek.

Kulindeleke ukuba inkantolo iqoqe bonke ubufakazi ngaphambi kokuthi ikhiphe isinqumo ngaleli cala.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 286 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 612 votes
Vote
Rand - Dollar
19.23
-0.4%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.48
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.5%
Platinum
942.40
-0.8%
Palladium
1,007.50
-2.1%
Gold
2,382.77
+0.2%
Silver
28.28
+0.2%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
66,703
-0.7%
All Share
72,745
-0.7%
Resource 10
62,944
-0.6%
Industrial 25
97,653
-0.8%
Financial 15
15,385
-0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE