Share

Ikhomishana kaSeriti ayiphumeli obala ngabasulile

Pretoria - Ikhomishana kaSeriti ephenya ngenkontileka yokukuthengwa kwezikhali ngo-1999 ayizange iyiqinisekise imibiko yangoLwesihlanu ethi kwesule ababili abebehola ubufakazi.

"Njengamanje ikhomishana ngeke ikwazi ukuphika noma ukuvuma ukuthi bakhona yini abesulelile njengoba lolu daba lusabhekisiswa ngaphakathi,” kusho okhulumela ikhomishana uWilliam Baloyi.

Uthe ikhomishana iyizwile imibiko.

I-The Times ibike ukuthi ummeli uBarry Skinner noCarol Sibiya babhalele iJaji uWillie Seriti incwadi yokwesula kwabo.

Encwadini yabo engamakhasi angu-15, bathe inhloko yekhomishana, ummeli uFanyana Mdumbe, ayibaphethe kahle.

UMengameli uJacob Zuma wamemezela ukusungulwa kwekhomishana, eyenganyelwe uSeriti ngo-Okthoba 2011.

Ikhomishana kuhloswe ngayo ukuphenya ngezinsolo zokukhwabanisa okuthiwa kwenzeka ngesikhathi kuthengwa izikhali. 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
3% - 5 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 102 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 47 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.75
-0.3%
Rand - Euro
20.31
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.26
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
952.10
-0.1%
Palladium
1,035.00
0.0%
Gold
2,381.66
+0.9%
Silver
28.49
+0.9%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
66,846
-0.1%
All Share
72,908
-0.1%
Resource 10
62,761
-1.0%
Industrial 25
98,057
+0.2%
Financial 15
15,413
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE