Share

Ikuphindile lokho i-EFF

Cape Town - Amalungu e-Economic Freedom Fighters ale ukhasha ukuphuma ngesikhathi exoshwa ePhalamende, ngemuva kokusolwa nguMkhulumeli walo uBaleka Mbete, ethi ayaphazamisa.

I-EFF iphazamise ukuqhubeka kwePhalamende ngesikhathi uMengameli wezwe uJacob Zuma ephendula imibuzo njengoba ehambise umbiko ngokulunhgiswa komuzi wakhe oseNkandla.

UMbete utshele umholi we-EFF uJulius Malema nethimba lakhe ukuthi abaphume ePhalamende, ethi bayaphazamisa.

UMalema kuthiwa ubengenelisekile ngempendulo kaZuma embuzweni othi uzoyikhokha nini imali ekumele ayikhokhe ngomsebenzi wokulungiswa komuzi wakhe.

Umuzi walungiswa ngesamba esingu-R246 million

"Ngizonikhiphela ngaphandle uma ningalaleli," kusho uMbete, etshela amalungu e-EFF.

Amalungu aphendule ngokuthi:  "Yiskhathi sokuthi kukhokhwe imali".

Usotshwebhu we-EFF uFloyd Shivambu umemeze wathi: "Angeke usixoshe".





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Now that e-tolls gantries have been switched off, will you be settling your outstanding debt?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No way, they're not getting a cent from me
88% - 1890 votes
Yes, I guess it's the right thing to do
4% - 79 votes
Mmh, I'm watching legal cases and playing it by ear
9% - 183 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
+0.1%
Rand - Pound
23.69
-0.1%
Rand - Euro
20.29
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.24
-0.0%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
947.90
-0.5%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,374.95
+0.6%
Silver
28.45
+0.8%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
66,899
0.0%
All Share
72,995
0.0%
Resource 10
63,378
0.0%
Industrial 25
97,824
0.0%
Financial 15
15,384
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE