Share

Indle nomhlanzo emahhovisi ephephandaba laseKZN

Richards Bay – Izisebenzi zephephandaba laKwaZulu Natal iZululand Observer zihlangatshezwe yisimo esinganambitheki ngesikhathi zitheleka emsebenzini emahhovisi aseRichards Bay enyakatho yesifundazwe. 

Ngokubika kwaleli phephandaba izisebenzi zalo zibingelelwe yindle, umchamo, igazi nomhlandlo ngezikhathi zifika ukuzosebenza ngoLwesibili ekuseni.

“Isisebenzi sasehhovisi uGeraldine Narian nozakwabo uAnnalize Berry okhulelwe bazamile ukuvula umnyango wehhovisi ukuze bahlanze lokhu kungcola okugcwele phambi komnyango.

Kodwa bagcine behluleka ngenxa yobunuku nokunyanyisa obesekungaphezulu kwamandla abo,” kubika leli phephandaba.

OLUNYE UDABA: Ubenezingane ezingu-12 obulawe wePinetown

ULouise Calitz naye oyisisebenzi kuleli phephandaba naye uzamile ukuhlanza le ndawo kodwa wagcina ngokuhluleka ngokuhamba kwesikhathi.

Owesifazane ozivumele ukungcolisa la mahhovisi ukhuze ibuya eseqhuba i-trolley wafike wahleka abebehlanza ukungcola kwakhe.

Kuphoqeleke ukuthi leli phephandaba libize inkampani ehlanza amahhovisi esemthethweni ukuze ihlanze le ndawo ebisinuka ngendlela eyisimanga.

Asicacanga isizathu salona wesifazane ukungcolisa la mahhovisi kodwa kubikwa ukuthi akekho obesafuna ukuhlanganisa naye ngemuva kwalesi sigameko.

 

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 412 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 867 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.61
+0.9%
Rand - Euro
20.33
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.10
-0.8%
Palladium
1,030.50
+0.1%
Gold
2,388.47
+0.4%
Silver
28.68
+1.6%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE