Share

Indodakazi kaZuma esikhundleni esiphezulu

Pretoria - Sekuqubuke imvunge kulandela ukuqokelwa esikhundleni esiphezulu kwendodakazi kaMengameli Jacob Zuma, nokuthiwa iyihloko yoMnyango weTelecommunications and Postal Services.

UThuthukile Zuma, 25, usuke esigabeni esisemazingeni aphansi engumxhumanisi woMnyango nomphakathi.

Uneziqu zeBachelor of Arts Degree neHonours Degree in Anthropology.

Kuthiwa kumthathe izinyanga ezimbili vo ukuthi akhushulelwe kulesi sikhundla asibambile njengamanje.

Imibiko ithi uhola imali ecishe ifike ku-R1m ngonyaka, nokusho ukuthi umuntu okulesi sikhundla kumele abe nesipiliyoni okungenani seminyaka embalwa.

Ukunyuselwa kukaThuthukile kulesi sikhundla kuze ngemuva kokuthi uZuma egcotshwe njengomengameli.

Iphephandaba iMail&Guardian ibika ukuthi lesi sikhundla asizange sikhangiswe, yize ongqongqoshe benegunya lokuqoka abantu ngasese uma bewulungele umsebenzi.

UThuthukile ungowokugcina emadodakazini amane kaZuma noNkosazana Dlamini-Zuma.

IHhovisi likaMengameli linqabile ukuphawula.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter




We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1074 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1146 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.0%
Rand - Pound
23.97
-0.1%
Rand - Euro
20.58
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.51
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
911.90
-0.0%
Palladium
1,000.00
-0.5%
Gold
2,317.46
+0.1%
Silver
27.14
-0.1%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE