Share

Indodana, 5, ibuza ngomama wayo othunjiwe

Johannesburg – Indodana eneminyaka emihlanu ubudala yenesi elithunjwe lisendleleni yalo eya emsebenzini ibilokhu ibuzile ngomama wayo ukuba ushonile yini.

Lo mfana wagcina ukubona umama wakhe eya emsebenzini ngomhlaka-2 Septhemba.

Laba okusolakala ukuthi bamthumbile bafuna isamba semali esingu-R50 000 kanti sebenqumele umndeni ugwayi katiki wezinyanga ezimbili ukuba ukhokhe le mali.

Kepha-ke njengoba umndeni wakhe uNonzwakazi Luthuli uzama ukuqonda ngale nkinga futhi uzama nokuhlanganisa imali efunwayo, indodana yakhe edidekile ifuna ukwazi ukuthi kwenzakalena ngomama wayo.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa athungatha owesifazane othunjiwe 

"Uphi umama wami? Ngabe ushonile?" Lo mfanyana ebuza umndeni.

Ekhuluma neThe Star ngoLwesibili ekuseni udadewabo kaLuthuli uNopasika Ngqetho uthe umfanyana usehanjiswe KwaZulu-Natal ukuze aqhelelane nayo yonke le nkinga.

ULuthuli wayesendleleni eya emsebenzini esibhedlela iChris Hani Baragwanath Academic ngesikhathi ethunjwa eProtea Glen, eSoweto.

UMashiteng uthe amaphoyisa aphenya yonke imikhondo evelayo kanti bayanxusa ukuba abantu basize makukhona abakwaziyo.

"Okwamanje akukabikhona lutho olusha kodwa uphenyo luyaqhubeka."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                    

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 492 votes
No! It's time to move on ...
35% - 264 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE