Share

Indodana kamengameli iphika eyokuboshelwa eyesondlo

Pietermaritzburg – Indodaka kaMengameli Jacob Zuma, u-Edward, uthi akazange akubalekele ukondla indodana yakhe, njengoba asayina isivumelwano sokuyondla ngo-R5 000 njalo ngenyanga.

Ngokombiko weSunday Independent, uZuma waya eNkantolo yeSondlo eMgungundlovu ngesonto eledlule ukuyolungisa lolu daba.

Uthi ukungawenzi ngendlela umsebenzi kwamaphoyisa yikho okuholele ekutheni kuze kukhishwe incwadi egunyaza ukuboshwa kwakhe.

OLUNYE UDABA: Indodana kaTutu iboshelwe isondlo

Kepha leli phephandaba libika ukuthi le ncwadi yase ivele ikhishiwe kepha uZuma wagijima phambili wayolungisa lolu daba enkantolo ngoLwesine.

Umama wengane uthi u-Edward uyayazi indodana yakhe futhi uyayivakashela kepha akayondli.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 287 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 614 votes
Vote
Rand - Dollar
19.23
-0.4%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.48
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.5%
Platinum
942.40
-0.8%
Palladium
1,007.50
-2.1%
Gold
2,382.77
+0.2%
Silver
28.28
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,703
-0.7%
All Share
72,745
-0.7%
Resource 10
62,944
-0.6%
Industrial 25
97,653
-0.8%
Financial 15
15,385
-0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE