Share

Ingeniswe esibhedlela ingane, 2, eshaywe ngebhande

Cape Town - Ingane yaseMossel Boy ingeniswe esibhedlela kulandela izinsolo ezithi ishaywe ngubaba wayo ngebhande, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngoLwesithathu.

“Le ngane ishile egxalabeni, esinqeni nasemqaleni," kusho uCaptain Bernadine Steyn etshela iNews24, enanela ngokuthi lezi zilonda zizoba yingxenye yophenyo lwabo.

Kuthiwa le ntombazanyana, 2, ibidlala emgwaqeni ngesikhathi ubaba wayo, 21, eyithatha egoduka nayo ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe uthisha oshaye umfundi waze waquleka

USteyn uthe le ngane yabe isisuka kubo yagoduka yaya kubo kamama wayo, 19, kepha ubaba wayilanda wahamba nayo wayoyishayela kubo ngebhande.

Kuthiwa ngelanga elilandelayo ubaba washaya ingane wayibhangqa nengane.

"Waphinde washaya le ngane ngoba ingafuni ukukhuluma naye, kwathi umama uma engenelela wamshaya ngebhande ebusweni."

Kuthiwa le ngane isesimweni esigculisayo esibhedlela.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
38% - 6 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
63% - 10 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE