Share

Inkomishi esiza uma usezinsukwini zakho

Johannesburg - Umhlaba uya ngokuya uthuthuka, ochwepheshe benza izinto zokuzama ukwenza impilo yabantu ibe ngconywana usuku nosuku, kamuva sekwakhiwe inkomishana ebizwa ngeSoftcup, ezosiza abesifazane uma besezinsukwini zabo

Asebeke bayizama le nkomishana bathi ingcono kakhulu kunombhubuzo ojwayelekile namaTampons, kusho abezindaba zeMamasnPapas

Okuhle kakhulu ngeSoftcup kuthi ungayigqoka kuze kuphele amahora angu-12 kanti angeke ikuphazamise uma ulele noma kukhona umdlalo owenzayo.

“I Softcup yakhelwe abesifazane besimanjemanje, iyathandwa kakhulu eMelika, abaningi sebencamela yona kunamaPads namaTampons,” kusho uJoseph Pike, oyisikhulu esiphezulu enkampanini esingule le nkomishi i-Instead.

Funda nalolu daba: Baphethwe yingqino abathi basaba amaTampons

Inkomishi lena ungayisebenzisa kuze kube kathathu, ulokhu uyiwasha uma isigcwele bese yibuyisela, ishuthekwa ngaphakathi esithweni sangasese, ngendlela ecishe ifane nekwenziwa ngayo uma ufaka iTampon.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 462 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 1000 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE