Cape Town - "
Ngake ngalethelwa incwadi ekhaya, incwadi eyalethwa yabe inowoyela negazi, ingathandeki. Umuntu owaletha incwadi wafelwa yibhayisikili esendleleni. Ngathi uma ngivula incwadi, ngayithola ihlanzekile ingenalo igazi.
Abantu ababulele uSenzo Meyiwa, balimaze bangcolisa i-envelope kuphela, uSenzo abamthintanga," lena kube yintshumayelo emfishane nokho ejulile eyethulwe ngumfundisi uSD Gumbi.
UGumbi bekunguyena mfundisi ophake izwi eCity Hall, la bekuqhubeka khona inkonzo yesikhumbuzo sikaSenzo Meyiwa.
UMeyiwa uzofihlwa emathuneni aseChesterville, ngoMgqibelo.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.