Johannebsurg - Inyanga ithi ifuna ukwelapha bonke abantu abangaphilile kahle ngokwengqondo abangondinga sithebeni.
Le nyanga iphinde yathi ifuna ukuguqula nabaqwayizi ukuze balungele ukuthola umshado.
USkhathi Nndwambi, 52, uthe akudingayo nje ukuthi uhulumeni ufake isandla amnikeze nemvume yokwenza lo msebenzi wakhe.