Share

Iphoyisa ezinsolweni zokudlwengula ingane eyayiyovula icala

Durban – Intombazane, 14, eyayishaywe kabi ubaba wayo kusolakala ukuthi yadlwengulwa yiphoyisa ngesikhathi iyovulela ubaba wayo icala, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

Le ngane kuthiwa yashaywa ubaba wayo ngoLwesithathu ngemuva kokutholakala neselula engaziwa ukuthi iyithathephi, okwabonakala kuyo imiyalezo “engcolile” ephuma esokeni.

OLUNYE UDABA: Iphoyisa kwelokudlwengula owayengunkosikazi

Le ngane yakwazi ukubalekela ubaba wayo owayethukuthele ethelwa ngamanzi, yaya emaphoyiseni eMsinga, ithi iyomvulela icala, kubika i-Independent on Saturday.

Esikhundleni sokuthi ithole usizo, kusolakala ukuthi yadlwengulwa kabili yileli phoyisa.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane ukuqinisekisile ukuthi le ngane isola iphoyisa ngokuyidlwengula ngomhlaka-20 Meyi.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1134 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1213 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
+0.3%
Rand - Pound
23.93
+0.1%
Rand - Euro
20.54
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.49
-0.0%
Rand - Yen
0.12
+0.5%
Platinum
916.60
+0.5%
Palladium
1,011.50
+0.7%
Gold
2,322.42
+0.3%
Silver
27.29
+0.5%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
68,409
-0.2%
All Share
74,339
-0.2%
Resource 10
60,121
-0.5%
Industrial 25
103,713
-0.3%
Financial 15
15,855
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE