Share

Iqale ngezidumbu impelasonto yobumnandi eKZN

Johannesburg – Kushone abantu abahlanu kwathi abangu-29 balimala kanzima ezingozini ezintathu emgwaqweni eyahlukene KwaZulu Natal  ngokusho kwabezimo eziphuthumayo.

Lezi zingozi ngokwehlukana kwazo zenzeke ngoLwesihlanu ebusuku nasezintatha zangoMgqibelo.

Abantu abathathu bashone ngesikhathi iloli lishayisana nemoto encane emgwaqweni onguthelawayeka u-N3 ngaseHammarsdale, kusho okhulumela abezimo eziphuthumayo uRobert Mckenzie. 

Kule ngozi kulimale umuntu oyedwa.

Abanye ababili balimale emgwaqweni u-N2 ngaseHarding ngesikhathi ibhasi elincane lishayisana netekisi.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa amabhungu eKapa

Kule ngozi kuphinde kwalimala abantu abangu-18 okuhlanganisa nengane eneminyaka emihlanu ubudala okuphoqeleke ukuthi iphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane ngoLwesihlanu ebusuku, kuchaza uMckenzie.

“Kulimale umshayeli webhasi kwathi abanye abebegibelile kulona baphuma bengenamyocu.” 

Abantu abayishumi balimale ezintatha zangoMgqibelo ngesikhathi iveni abebehamba ngalo liphuma emgwaqweni liyowela onqanqameni lomgwaqo u-N2 phakathi kwaseStanger naseDarnell.

Abalimalile balashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuba baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene, kuphetha uMckenzie.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 946 votes
No! It's time to move on ...
33% - 463 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE