Share

Iqale ngo-6 ekuseni inkonzo yomngcwabo kaMulaudzi

Muduluni - Izinkumbi zabantu ziphume ngobuningi ukuzovalelisa umsubathi wakuleli uMbulaeni Mulaudzi oshone engozini yemoto ngoLwesihlanu olwedlule.

Ngokubikwa kwe-eNCA inkono yomngcwabo yalo msubathi kubikwa ukuthi iqale ngehora lesithupha ekuseni endaweni yaseMduluni Village eLimpopo kanti ihanjelwe yizikhulu zezemidlalo nezikahulumeni kazwelonke nesifundazwe.

UMulaudzi ubalwa nabanye abasubathi bakuleli abahamba phambili kwazise uhlabane nezindondo ezahlukene kwezokusubatha.

Uchazwe njengomuntu obezithobile futhi ebakhonzile abantu kanti umngcwabo wakhe uhlelwe ngokwezinga likahulumeni wesifundazwe.

OLUNYE UDABA:Silahlekelwe kakhulu ngoMeyiwa noMulaudzi - CSA

INingizimu Afrika isemanzini kuleli sonto kulandela ukulahlelwa ngamaqhawe ezemidlalo amathathu okubalwa yena uMulaudzi, uPhindile Mwelase obeyibhokisa lesifazane elaquleka ngemuva kwempi lahlala amasonto amabili esibhedlela ngaphambi kokuthi ashonele esibhedlela ngoMgqibelo noSenzo Meyiwa owadutshulwa eVosloorus ngesikhathi evakashele intombi yakhe ewumculi uKelly Khumalo.

Phakathi kwezikhulu ezethule inkulumo kwinkonzo yomngcwabo kaMulaudzi kubalwa uGideon Sam noNgqongqoshe ehhovisi likaMengameli uCollins Chabane nezinye zikahulumeni wesifundazwe.

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 382 votes
No! It's time to move on ...
36% - 211 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
+0.9%
Rand - Pound
23.80
+0.6%
Rand - Euro
20.41
+0.7%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.1%
Platinum
919.20
+0.8%
Palladium
993.00
-1.2%
Gold
2,323.46
+0.3%
Silver
27.27
+0.4%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,264
-0.5%
All Share
74,192
-0.4%
Resource 10
61,338
+1.5%
Industrial 25
102,551
-1.4%
Financial 15
15,839
+0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE