Share

Iqulu libulale osolwa ngokudlwengula

Potchefstroom –Kubulewe indoda eneminyaka engu-27 ubudala esolwa ngokudlwengula eSetlagole eduzane naseMahikeng, kusho amaphoyisa esitatimendeni esikhishwe ngoLwesibili.

Le ndoda italajwe kanzima yaze yaphuma umphefumulo ngoMsombuluko ekuseni.

Owesifazane oneminyaka engu-24 ubudala wathi le ndoda yaya kuye ngeSonto mhlaka-11 Okthoba eThaveni iLetsapa.

OLUNYE UDABA: Kushiswe umuzi wosolwa ngokubulala eLimpopo

Ngemuva kokuxoxa laba bobabili baya garaji ndawonye le ndoda yase icela ukuba lo wesifazane ayikhaphe kuyiwa eMadibogo. Ngesikhathi enqaba ebaleka kusolwa ukuthi le ndoda yamjaha, kusho okhlumela amaphoyisa uCaptainPaul Ramaloko.

Le ndoda yabe isimdonsela ehlathini  eliseduzane nesikole iMalebong Primary lapho amdlwengulela khona ngemuva kwalokho wabe esethatha ngenkani emyisa endlini yayo yomxhaso wafike wamdlwengula ephindelela.

Umsolwa uphuthunyiswe esibhedlela lapho afike ashonela khona.

Akukaboshwa muntu.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 882 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE