Share

Isalinde ukuhlinzwa ingane eyalunywa ngamagundane

Johannesburg - Ingane enenyanga eyodwa izelwe, neyalunywa ngamagundane e-Alexandra, eGoli, yalahlekelwa yiminwe emithathu nengxenye yekhala, isalindele ukuhlinzwa ngenxa yokuthi umndeni wayo awunayo imali, kusho umbiko weThe New Age ngoLwesithathu.

Amagundane ahlasela u-Erena Yekanyi ekubo ngoMsombuluko edlule.

"Ngangiwasha emnyango u-Erena elele endlini. Ngamuzwa eqandula ngase ngiphuthuma kuyena ngamthola egcwele igazi," kusho umama wengane uThandaza.

Le ngane izoqhubeka nokulinda ukuhlinzwa eCharlotte Maxeke Academic Hospital kuze kube umama wayo uhlanganisa imali.

Kuthiwa akukona okokuqala umuntu ehlaselwa ngamagundane kuleli lokishi.

Ziningi izigameko lapho izingane nabantu abadala becishe befa belele ngenxa yokulunywa ngamagundane ekuthiwa ayizimbodlomane.

Okhulumela uMkhandlu waseGoli uNkosinathi Nkabinde utshele leli phephandabna ukuthi la magundane ahlasela imijondolo kakhulu ngenxa yendlela ekulahlwa ngayo udoti.

Wathi bayazama ukunqanda lesi simo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 517 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 538 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent-ruolie
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE