Share

Isalukazi sishone engozini engaqondakali eThekwini

Durban - Kushone isalukazi engozini eyenzeke emgwaqweni onguthelawayeka Inkosi Albert LuthuliFreeway eThekwini ngoLwesibili, ngokusho kwabosizo lokuqala.

Lona wesifazane okubikwa ukuthi useminyakeni ekuma-70 ubudala ushayiwe yisondo eliqhamuke engalindele lutho elimshaye ehleli ngemuva etekisini.

Ngokusho okhulumela abakwaRescue Care uGarth Jamieson uthe abosizo lokuqala bathe lona wesifazane ushone bengakafiki endaweni yesigameko

"Eminyakeni engu-20 ngenza lo msebenzi angikaze ngiyibone into enje.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ezinsolweni zokubulala isoka lakhe

Kube yingozi eyenzeke kungazelele muntu," esho.

UJamiesion uthe leli tekisini belilibangisa eThekwini ngesikhathi iveni ebelihamba ecele liphunyelwa isondo landiza layoshaya lesi salukazi ebesisetekisini. 

"Leli sondo liphume kwiveni emgwaqweni ngaphambi kokuba lishayise eceleni komgwaqo," echaza enanela ngokuthi bekungasekho obekungenziwa ukuhlenga impilo yalona wesifazane.

Kule ngozi kuphinde kwalimala nabagibeli abathathi abalinyazwe izicucu zamagilasi ewindi ngemuva kokushayeka.

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2609 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 7045 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.1%
Rand - Pound
23.75
-0.2%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
923.40
-0.8%
Palladium
1,008.50
-0.7%
Gold
2,309.88
-0.7%
Silver
26.94
-0.9%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,996
+0.7%
All Share
74,012
+0.6%
Resource 10
59,729
-2.0%
Industrial 25
102,932
+1.9%
Financial 15
15,795
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE