Share

Isimanga abafundi bethenga umuthi wentando

Durban – Isimanga abafundi babafana basesikoleni samabanga aphansi iMandlakayise eNanda bezivumela ukuthenga umuthi wentando kwinyanga ukuze bahehe amantombazane.  

Ngokubika kwe-DailySun laba bafana baneminyaka ephakathi kuka-8 no-12 ubudala.

“Sizwe izikhalazo eziningi kubafundi bamantombazane bekhala ngokuthi abafana babathinta izinqa bese bebabiza ngezintombi zabo ngoMsombuluko,” kusho uthisha.  

“Sibabizile sababuza abafana abathintekayo basitshela ukuthi bebefuna ukubona ukuthi umuthi wentando uyasebenza.

Basikhombise amabhodlela amancane anomuthi obomvu abathe bawugcoba emashiyeni abo.

OLUNYE UDABA: Usazobhadla ejele uthisha obenukubeza abafundi

Baphinde bathi batshelwe ukuthi lo muthi baphinde bawugcobe kwinduku bese beshaya ngayo intombazane ngemuva kwalokho izobalandela,” echaza.

Kuthiwa laba bafana bathe lo muthi bawuthenga ngo-R5 ibhodlela kwinyanga ezibiza ngoMzize.

Omunye wabafundi uthe lo muthi ubungasebenzi ngoba amantombazane abengabalandeli. 

Kubikwa ukuthi inyanga esolwayo uKay Mzize ucasukile ngalokhu okushiwo ngabafundi ngaye wakhala ngokuthi kungcolisa igama lakhe.

Okhulumela uMnyango wezeMfundo KwaZulu Natal uMuzi Mahlambi uthe bazolubika emphoyiseni lolu daba.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 346 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 716 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
-0.0%
Rand - Pound
23.86
-0.2%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
937.90
-1.3%
Palladium
1,010.50
-1.9%
Gold
2,382.21
+0.1%
Silver
28.33
+0.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,024
-0.3%
All Share
73,083
-0.3%
Resource 10
63,108
-0.3%
Industrial 25
98,200
-0.2%
Financial 15
15,454
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE