Share

Isiyisidleke sesigebengu indlu kaWinnie Mandela

Johannesburg - Akukho osekwenziwe ngophlelo lokuguqula umuzi omdlala  kaWinnie Madikizela– Mandela oseseFree State ubeyisigcina magugu.

Kunalokho usecekelwe phansi futhi manje usungumgudu wokucasha otsotsi.

UNqgongqoshe waseFree State u-Ace Magashule wathi ngonyaka ka-2009 le ndlu izophendulwa isigcina magugu.

Umsebenzi wawusuqalile kodwa wama ngenhla yokungakhokhelwa kwenkampani eyayinikwe inkontileka, ugog’Dipuo Jodo oneminyaka engu-50 ubudala owayengumakhelwane kaWinne ngesikhathi  esekudingisweni uthe : “Siyesaba. Lendlu isetshenziswa yizigebengu.”

Uqhube wathi useke wezwa nomunye womakhelwane ehayiza edlwengulwa wotsotso.

Esinye isaguga esinguMita Molamu  esineminyaka engu-75 ubudala sithe: “uMama uWinnie wayengumakhelwane ohloniphekile owayenosizo ezinganeni ngezinto ezahlukene.”

ULebogang Mathapo uthe bawuyeka umsebenzi wokulungisa le ndlu ngoba babengasakhokhelwa.

ULisa Combrinck okhulumela abezoMnyango wezobuciko namasiko uthe: “Sizo phenya ngalolu daba njengoba besingenalo ulwazi mayelana nokuthi abasebenzi abakhokhelwanga.”

UCaptain Harry Nagel uthe yena akanalo ulwazi lokuthi le ndlu ihlala izigebengu.



  

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - http://dailysun.mobi/news/read/6764/thugs-hideout

  Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 533 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 555 votes
Vote
Rand - Dollar
19.10
+0.1%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
924.30
+0.5%
Palladium
1,032.00
+0.6%
Gold
2,328.54
+0.3%
Silver
27.46
+0.6%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE