Cape Town - Owesifazane okuthiwa uvukwe yidimoni uqoshwe ephawula ethi ufuna ukubulala uMengameli Jacob Zuma ngenxa yokuthi uletha abantu bangaphandle kuleli.
Kule video lona wesifazane uzwakala elibeka ngembaba ukuthi ufuna ukubulala umengameli Zuma kanti uzivumela ngokwakhe ukuthi nguyena owahlasela ibandla likaTB Joshua eNigeria lapho kwashona khona inqwaba yabantu.
Zibonele ivideo owesifazane ezikhulumela: