Share

Iyehluka imibono ngeBafana kowe-Afcon

Cape Toen -  Sibuze abafundi bethi ukuthi njengabalaneli bebhola lezinyawo, ngabe ngokubona kwabo iNingizimu Afrika isenalo yini ithuba lokuba idlulele emzuliswaneni olandelayo.

Lokhu kungemuva kokuba iBafana Bafana ingawuqalanga kahle umqhudelwano we-Afcon 2015 njengoba ikhale ngaphansi ngo-3-1 idlala ne-Algeria ngemuva kwalokho yabambana ngegoli elilodwa neSenegal.

Funda nalolu daba: Ithemba alibulali. 

Kumanje uiBafana ilele emsileni kuGroup C ngephuzu elilodwa emidlalweni emibili kanti kudingeka ishaye iGhana ngoLwesibili bese ithemga ukuthi iSenegal yona isha ai-Algria ukuthi idlulele emzuliswaneni womkhumulajezi.

Nayi eminye imibono yabafundi bethu:


Sindi Precious: IBafana Bafana akusilo iqembu ongalethemba nongaze uzitshele kakhulu ngalo ngoba liyaphoxana.

Patrick Ngubane: Ngokukhulu nje ukungangabazi, sizodlulela phambili ngoba kuze kube manje alikho iqembu engisalibone lidlala ibhola eliseqophelweni eliphezulu njengelethu.... Siyabonga kuMashaba ngokwenza ukuthi siziqhenye ngeBafana Bafana.

Mandlenkosi Ncongwane: Hhayi,  ngeke nje siyishaye iGhana thina, singakhohlisani.

Zandile Zungu Kambule: Mina nginethemba sizongena.



Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 



We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 484 votes
No! It's time to move on ...
35% - 264 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE