Share

Izimpawu zokuchithekelwa yisisu

Cape Town - Ukukhulelwa kuba umzuzu omnandi nongachazeki kowesifazane osuke ezimisele ngokuba nomntwana, kuyenzeka ngebhadi uthi usakhulelwe bese ubhekana nomshophi wokuphuphunyeolwa yisisu.

Ngokusho kwabezindaba zeThe Stir, udokotela wabantu besifazane uSarah Wagner, uthi owesifazane oyedwa kwabane abakhulelwe, uchithekelwa yisisu.

Nazi ezinye zezimpawu zokuthi isisu siyachitheka:

 1. Ukopha


Bonke abantu besifazane abakhulelwe kuyenzeka baphume igazana, nokho uma ubona igazi eliningi, kumele usheshe uphuthume kudokotela.

2. Amajaqamba esiswini 

Amajaqamba ongawafanisa nowezwa uma unesilumo angase abe yingozi. Phuthuma kudokotela.

3. Amahlule

Ihlule elincanyana elingathusi kungenzeka lingabi nankinga nokho uma ubona elikhudlwana, phuthuma kudokotela.

4. Uma ugodola uzizwa unesiyezi

Uma uzophuphunyelwa yisisu uba nesiyezi ube nomkhuhlanyana.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
67% - 2 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
33% - 1 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE