Share

Izinkonondo kugodukiswa osolwa ngelokubulala

Johannesburg - Abameli bamalungelo abantu bafuna iNingizimu Afrika ichaze ukuthi yamuthumelelani lowo owayesolwa ngokubulala kwelakubo eBostwana ngokungemthetho, njengoba angase abulawe uma elahlwa yicala.

UMnyango wezaseKhaya kuleli uyavuma ukuthi ummangalelwa, u-Edwin Samotse, wadluliselwa ezikhulwini zaseBotswana ungayilandelanga imithetho yakuleli mayelana nokubuyiselwa komuntu kwelakubo.

Lo Mnyango uthi kunophenyo oluqhubekayo kanti ezinye izikhulu ezithintekayo sezamiswa emsebenzini.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abathathu ngelokubulala

UDavid Cote weLawyers for Human Rights, okuyinhlangano ezinze kuleli, uthe bacele uhulumeni wakuleli ukuba utshele iBotswana ukuthi ingamnikezi isigwebo sentambo uSamotse uma elahlwa yicala.

INingizimu Afrika yaqeda isigwebo sentambo ngo-1995 ngemuva kokuphela kobandlululo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 636 votes
No! It's time to move on ...
34% - 331 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
+0.1%
Rand - Pound
23.78
+0.1%
Rand - Euro
20.40
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
933.60
+0.9%
Palladium
995.00
+0.5%
Gold
2,339.47
+0.3%
Silver
27.62
+0.7%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE