Share

Izizathu zokwesula kowe-DA - Umbiko

Durban – Umholi wentsha ku-DA ophinde abe yilungu lesiShayamthetho KwaZulu-Natal, uMbali Ntuli, kuthiwa uyilungu lakamuva elikhala ngokukhishwa inyumbazane ngumholi weqembu uHelen Zille.

UZille wake wazwakala ethi bakhuthaza ukudingida nangabe yinoma yini ethinta iqembu, kepha abasondelene naleli qembu bathi lokho akusilo iqiniso.

Kuthiwa ziningi izimfihlo ezigubezeliwe ngabathile kuleli qembu.

Nokho abakhulumela i-DA bayakuhlaba lokhu.

“Abantu bayakwazi ukuphumela obala, miningi imihlangano eba khona yamakhokhasi uma bezizwela ukuthi kukhona abangakuboni kahle,” kusho okhulumela i-DA uPhumzile van Damme.

“Ngakho akukho ukwesaba nokukhulumela izinto phansi. Wonke umuntu ukhululekile ukuthi angakhuluma ngalokho okumhluphayo.”

UNtuli wesula njengomholi wentsha ngesonto eledlule – kuthiwa lokhu wakwenzela ukuthi akwazi ukuchitha kahle isikhathi ebhekene nomsebenzi ajutshelwe kuwona eMkhanyakude, enyakatho ne-KZN ngasemngceleni wezwe neMozambique.

Kuthiwa lesi senzo senzelwa ukuthi uNtuli ahluleke, njengoba ejutshwe endaweni ekude lapho engazi muntu khona, kusho umthombo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 452 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 644 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.1%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.41
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
+1.3%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE