Share

Izulu elibi lidale umonakalo eThekwini

Durban - Ibalelwa ku-35 imizi ecekeleke phansi ngesikhathi kuhlasela izulu elibi ebelihamba nomoya nemvula enamandla endaweni yaseWelbedacht, eThekwini, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo.

Ngokusho kokhulumela abakwa-EMS, uRobert Mckenzie, kulimale intombazane eneminyaka elinganiselwa ko-10 ubudala.

Bheka nalolu daba: Kubikwa izulu elibi elizohlasela ezweni

"Kuyamangalisa ukuthi ingane ebiphethwe intombazane elimele, ayibanga namyocu," kusho uMckenzie othi baningi nabanye abantu abathole ukunakekelwa ngabahambisa usizo.

Abahambisa usizo bathi kusahlolwa ukuthi ungakanani umonakalo owenzekile, kunemizi epheshukelwe wuphahla, kwawa izindonga kweminye.

Ngokusho kwekhansela lendawo abekho abantu ekubikwe ukuthi banyamalele.

Esehlakalweni esenzeke eChatsworth, isihlahla siwele phezu kwemoto kwalimala abantu ababili.











 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
40% - 20 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
60% - 30 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.4%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
950.60
+0.0%
Palladium
1,030.50
+0.1%
Gold
2,388.57
+0.4%
Silver
28.32
+0.3%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,479
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE