Share

Kubhikishe abazalwane befuna kuxoshwe 'othanda umnikelo'

Durban - Amalungu abedinwe ethelwa ngamanzi abhikishe ngaphandle kwendlu yesonto efuna ukuba uMfundisi uMonwabisi Moses axoshwe kuleli bandla lamaWeseli Kwa-Ndengezi, ngaseThekwini.

Abazalwane bathi umfundisi ubaphoqa ukuba banikele ngemali enkulu.

Ngesikhathi abanye abazalwane bebhikisha bephethe izingqwebhe, abanye bebeqhubeka nenkonzo ngeSonto.

Elinye ilungu lebandla, elingafunanga kudalulwe igama lalo, lithe: “Umfundisi uyasiphoqa ukuba sinikele ngaphezulu kwalokho esinakho. Asazi ukuthi uyenzani umali yethu.”

Funda nalolu daba: Sihambisana nodlame isiteleka samatekisi eThekwini

“Umfundisi uMoses usandakufika lana kodwa useshintshe izinto eziningi. Amalungu angasebenzi kumele akhokhe u-R50 ngenyanga. Abasebenzayo bona bakhokha u-R200. Akafuni ukungcwaba abanganikeli ngemali.”

Amalungu athi acasuka kabi ngesikhathi umfundisi efuna umndeni kagogo oneminyaka engu-92, ongasekho emhlabeni, ukhiphe u-R1 200.

Isikhulu sebandla u-Andrew Robinson uthe umbhikisho awuhambisani nendlela yokuziphatha kwebandla, kubika iDaily Sun.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 24 votes
Hardly - I prefer streaming online
67% - 713 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 332 votes
Vote
Rand - Dollar
19.16
-0.8%
Rand - Pound
23.83
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,029.00
-0.6%
Gold
2,379.24
+0.8%
Silver
28.26
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE