Share

Kuboshwe 23 ngezidakamizwa eBallito

Durban – Amaphoyisa abophe abasolwa abangu-23 aphinde ashaqa nezidakamizwa ezingabiza u-R500 000 emzini oseBallito nokuyisigameko sesibili sokushaqwa kwezidakamizwa zalesi sibalo KwaZulu Natal. .

Amaphoyisa ngokubambisana kwawo, uphiko lwe-SAPS, ezobunhloli noklebe agasele emzini emibili yaseBallito.

“Emzini wokuqala amaphoyisa athole abesifazane abayisithupha bekhiyelwe ngaphakathi nemishini yokubopha izidakamizwa.

Laba besifazane bathathwe ngamaphoyisa ukuze bayophoswa ngemibuzo,” kusho isitatimende samaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Zisenkingeni izisebenzi zakwa-KFC oseMhlanga

“Ngemuva kophenyo olunzulu oluholele amaphoyisa kule mizi eseBallito lapho kuboshwe khona abantu abangu-23,” kuqhuba isitatimende.

Laba  bathweswe amacala okusebenzisa izidakamizwa kanti bavele kafushane eNkantolo yeMantshi yaseThekwini ngoLwesibili.

UKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu Natal uLieutenant General Mmamonye Ngobeni uwushayele ihlombe umsebenzi wamaphoyisa wabe esenxusa umphakathi ukuthi usebenzisane namaphoyisa ukulwa nobugebengu ezindaweni ohlala kuwo.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 703 votes
No! It's time to move on ...
33% - 351 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+0.0%
Rand - Pound
23.80
-0.0%
Rand - Euro
20.40
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.7%
Platinum
929.90
+0.5%
Palladium
992.50
+0.2%
Gold
2,344.97
+0.5%
Silver
27.69
+0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,111
+1.0%
All Share
75,033
+1.0%
Resource 10
62,918
+1.3%
Industrial 25
103,789
+1.2%
Financial 15
15,853
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE