Share

Kuboshwe 3 ngesigameko sokubulawa kwabantu ethaveni

Durban – Amaphoyisa asebophe abalisa abathathu ngesigameko sokudutshulwa kubulawe abantu endaweni yokucima ukoma eFine Town ngokusho kombiko.

“Amalungu omphakathi nawo adlale indima ukuze kuboshwe laba basolwa.

Baboshelwe endaweni yase-Innerdale ngoMgqibelo ntambama,” kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini.

Ithimba eliyisipesheli labaphenyi beselijutshiwe ukuthungatha laba basolwa abathinteka kulesi sigameko sokubulawa kwabantu abane ngoLwesihlanu ebusuku.

OLUNYE UDABA: Osemnkantshubomvu ugxeka ukusebenza komthetho kuleli

Kubikwa ukuthi laba basowla bagasele ethaveni bavulela ngenhlamvu bebhekise kubantu abebeziphuzela.

Ngemuva kwalokhu bashaye bachitha ngemoto yohlobo lweToyota Quantum enezinombolo ezingaziwa.

“Imbangela yalesi sigameko ibingakaziwa okwamanje,” kusho uDlamini. Ababulewe kulesi sigameko uSiphosakhe Dlamini, Xolani Fiva, Lemewane Mokhele noVusi Mokhele.

Iminyaka yabo ibingakaqinisekiswa. Abanye abani balimalile kulesi sigameko base bephuthunyiswa esibhedlela.

      -  “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 441 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 937 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE