Johannesburg - Alale ebaliwe amadoda amane abanjwe nenqwaba yamakani eCoca-Cola eyebiwe, kusho amaphoyisa aseGauteng.
"Ukuboshwa kwalaba kuze ngemuva kokuthi kudunwe iloli elibanjwe ngoLesithathu eWarden, esifundazwemi saseFree State," kusho okhulumela amaphoyisa uShado Mashobane.
Funda lolu daba: Kuboshwe abahlanu eGoli
"Iloli litholwe ngamaphoyisa e-Alberton. Kuvele ukuthi iloli lime
endawemi ethile eRietspruit, eKliprivier, La kuboshwe khona abasolwa nomnikazi
wale ndawo."
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.