Share

Kuboshwe 5 ngombhikisho waseMbazwana

Durban – Amaphoyisa aseMbazwana abophe abasolwa abahlanu ngokudala uthuthuva emphakathini ngemuva kokuba amalungu omphakathi engenele umbhikisho ngokusho kwamaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Jay Naicker uthe amalungu omphakathi waseMbazwana angenele umbhikisho ongekho emthethweni ezintatha zongoMgqibelo.

“La malungu avale umgwaqo ngezinguzunga zamatshe waphinde washisa namathayi emgwaqweni ukhala ngokugqoza kwentuthuko endaweni,” echaza kwisitatimende esikhishwe amaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Owesifazane uboshelwe ukusiza kudlwengulwe indodakazi

Uthe amaphoyisa abikeliswe ngalesi sigameko abe esenikela khona.

“Amaphoyisa afike anxusa umphakathi ukuba uhlakazeke nodwa wanqaba.

Abasolwa abahlanu bathathiwe bayovalelwa esiteshini samaphoyisa.”

Uqhube wathi laba basolwa bazobhekana necala lokudala udlame emphakathini kanti bazovela eNkantolo yeMantshi yaseJozini maduze.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 328 votes
No! It's time to move on ...
36% - 183 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.5%
Rand - Pound
23.82
+0.5%
Rand - Euro
20.42
+0.7%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+0.6%
Platinum
907.70
-0.5%
Palladium
985.50
-1.9%
Gold
2,313.70
-0.1%
Silver
27.14
-0.1%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,172
-0.6%
All Share
74,095
-0.6%
Resource 10
61,231
+1.3%
Industrial 25
102,474
-1.5%
Financial 15
15,807
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE