Share

Kuboshwe 8 ngokuduna iloli likagwayi eGoli

Johannesburg – Kuboshwe abantu abangu-8 ngezinsolo zokudunwa kweloli likagwayi eSando empumalanga yaseGoli ngokusho kombiko.

Leli qembu lisolwa ngokuduna leli loli labe selithatha ugwayi lawugcwalisa kwitekisi yohlobo lweToyota Quantum.

Ngemuva kwalokhu balilaxaza kanjalo leli loli izigebengu zabaleka ngeQuantum, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Katlego Mogale.

Uqhube wathi amaphoyisa akwaMetro Ekuhruleni athintiwe ngalesi sigameko abe eseqala uphenyo.

Uphenyo lwamaphoyisa luwaholele emzini oseKempton Park.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe 23 ngezidakamizwa eBallito

“Abasolwa abangu-8 okuhlanganisa oyedwa wesifazane nabalisa abayisikhombisa abaneminyaka ephakathi kuka-30 no-40 abatholwe kulo muzi,” kusho uMogale.

“Kuphinde kwatholakala ugwayi ongabiza u-R280 000 nezibhamu ezimbili ezingekho emthethweni.”  

Laba bathweswe icala lokubamba inkunzi nokutholakala nezimpahle ezebiwe nezibhamu ezingekho emthethweni nezinhlamvu.

“Sisazoqhubeka nophenyo ukuze sibone ukuthi abathinteki yini kwamanye amacala alolu hlobo,” kusho uMogale.

Kulindeleke ukuthilaba basolwa bavele enkantolo maduze.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 429 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 831 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.2%
Rand - Pound
23.65
-0.2%
Rand - Euro
20.22
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
979.10
+0.3%
Palladium
1,032.50
+0.9%
Gold
2,384.27
+0.0%
Silver
28.21
-2.3%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE