Share

Kuboshwe ababambe inkunzi ngesibhamu sethoyizi e-EC

Cape Town – Kuboshwe abalisa ababili ngemuva kokuba bebambe inkunzi umdayisi onetafula emgwaqweni eButterworth ngemuva kokuba bemkhombe ngesibhamu sethoyizi, ngokusho kwamaphoyisa.

Lo mlisa obethenge izimpahla zokugqoka abezozidayisa uhlaselwe ngamadoda amabili ngoLwesibili ngemuva kokwehla ebhasini, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha.

Uqhube wathi laba basolwa bamkhombe ngesibhamu sethoyizi bamphuca lezi zimpahla zenani elinganisela ku-R4 000 ngaphambi kokuthi bacele empunzini ngezinyawo.

OLUNYE UDABA: Abhekane necala lokuthumba amaphoyisa aseMthatha

Ngemuva kokubanjwa inkunzi lo mlisa ubone amaphoyisa abezihambela wawamisa wawatshela ngosekumehlele.

“Ngokuhamba kwesikhathi amaphoyisa akwazile ukubamba laba basolwa abaneminyaka engu-21 no-22 ubudala babe sebekhalelwa ngamasongo kaSigonyela.

"Kungenzeka ukuthi laba basolwa bayathinteka kobunye ubugebengu endaweni yaseButterworth namaphethelo,” kusho uManatha.

Kulindeleke ukuthi laba basolwa bavele enkantolo ngoLwesine.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 495 votes
No! It's time to move on ...
35% - 264 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE