Share

Kuboshwe abatholwe nenyufomu yamaphoyisa eGoli

Johannesburg – Kuboshwe abasolwa ababili ngokuduna imoto nokutholakala nenyufumo yamaphoyisa, ilambu elibuhlaza, izibhamu ezingekho emthethweni nezinhlamvu ngokusho kwamaphoyisa akwaMetro eGoli. 

Ngokubika kwe-eNCA okhulumela iJohannesburg Metro Police Department uWyne Minnaar uthe ukubohswa kwalaba basolwa kwenzeke ngoLwesihlanu emini emgwaqweni uLennin e-Alexandra.

“Bajikile babaleka ngesikhathi bebona kunesivimbamgwaqo,” echaza.

Ngesikhathi amaphoyisa akwa-JMPD ebamisa athole ukuthi le moto abebehamba ngayo ibiyebiwe futhi inezinombolo ezahlukene ezingahambisani.

OLUNYE UDABA: Iqale ngezidumbu impelasonto yobumnandi eKZN

“Ngaphakathi emotweni bekunezibhamu ezimbili, inyufomu yamaphoyisa nelambu elihlaza,” kusho uMinnaar.

Uqhube ngokuthi amaphoyisa asola ngokuthi laba basolwa bayathinteka futhi eqenjini lezigilamkhuba elaziwa ngeRolex elidume ngokubamba inkunzi ezindaweni zabadla izambane likapondo.

Uthe uphenyo luyaqhubeka kanti abasolwa bazovela maduze eNkantolo yeMantshi yaseWynberg.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 418 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 880 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE