Share

Kuboshwe abebebamba inkunzi onogada bemali eThekwini

Johannebsurg - Abantu abane ababambe inkunzi onogada abebeyolanda imali egaraji likaphethiloli eGreenwood Park, eThekwini, baboshwe ngoMsombuluko, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

"Abasolwa babambe inkunzi onogada bemali baphinde badubula kuleso sehlakalo,” kusho uColonel Jay Naicker.

Amaphoyisa aseGreenwood Park abeseduzane ngaleso sikhathi, aphuthume endaweni yesehlakalo.

Kubenokudubulana phakathi kwabasolwa namaphoyisa.

Funda nalolu daba: Ziyalulama izingane ezidubuleke eKapa.

"Abasolwa abathathu babaleke ngezinyawo kwathi oyedwa wabaleka ngemoto,” kusho uNaicker.

"Amaphoyisa akwazile ukubamba abasolwa abebebaleka ngezinyawo ababopha kanti bebephe ibhokisi lemali kanye nesibhamu,” usho kanje.

Kuthiwa umsolwa wesine, obaleke yedwa ngemoto, ubanjwe waboshwa kanti moto ebebaleka ngayo beyebiwe endaweni yasePinetown.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 902 votes
No! It's time to move on ...
33% - 439 votes
Vote
Rand - Dollar
18.73
+1.5%
Rand - Pound
23.40
+1.7%
Rand - Euro
20.06
+1.7%
Rand - Aus dollar
12.26
+1.1%
Rand - Yen
0.12
+2.3%
Platinum
924.00
-0.2%
Palladium
966.00
-2.5%
Gold
2,341.38
+0.4%
Silver
27.47
+0.2%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,366
+1.4%
All Share
75,360
+1.4%
Resource 10
62,534
+0.7%
Industrial 25
103,980
+1.4%
Financial 15
16,105
+1.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE