Share

Kuboshwe amakhehla atholwe nezibhamu ezingekho emthethweni

Durban – Kuboshwe abasolwa ababili eKranskop ngemuva kokuba betholakale nezibhambu eziyisithupha ezingekho emthethweni ngokusho kwamaphoyisa aKwaZulu Natal.

“Ithimba lamaphoyisa ngaphansi kophiko lweProvincial Crime Intelligence alunywe indlebe ukuthi kunomuzi othukuse izibhamu eMphise endaweni yaseKranskop ezibolekiswa izigebengu. 

Amaphoyisa anikele kule ndawo afica izibhamu ezahlukene kulo muzi okubalwa ezimbili ze-303 rifle nezinhlamvu ezimbili, esisodwa sohlobo lwe-G3 nezinhlamvu ezintathu, esisodwa se-308 nezinhlamvu ezinhlanu nesisodwa se-9mm nezinhlamvu eziyisithupha ,” kuchaza uColonel Jay Naicker ngesitatimende.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe osolwa ngokudlwengula okhubazekile

Uqhube wathi kulesi sigameko kuboshwe abalisa ababili abaneminyaka engu-61 no-73 ubudala.

Uphinde waveza ukuthi laba balisa baboshwe endaweni efanayo naleyo okwaboshwa khona uNhlanhleni Nzama osolwa ngokubulala amaphoyisa amabili eGoli. 

Abasolwa ababoshiwe kulindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yaseKranskop ngoMsombuluko.  

     - "Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
40% - 118 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
60% - 176 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.6%
Rand - Pound
24.00
-0.4%
Rand - Euro
20.53
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
901.20
+0.5%
Palladium
997.97
-0.4%
Gold
2,210.69
+0.7%
Silver
24.71
+0.3%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,075
+0.6%
All Share
74,269
+0.5%
Resource 10
56,834
+2.1%
Industrial 25
103,553
+0.3%
Financial 15
16,490
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE