Share

Kuboshwe amaphoyisa ngokweqa kwesiboshwa

Port Elizabeth – Kuboshwe amaphoyisa amabili ngezinsolo zokusiza owesifazane owayeboshelwe ukubulala eqe ezikhindini ngokusho kombiko.

Okhulumela amaphoyisa aseMotherwell uCaptain Andre Beegte uthe amaphoyisa, elinye elingu-warrant ngesikhundla elineminyaka engu-53 ubudala nelinye elinguSayitsheni elinengu-58 ubudala, akhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngemuva kokuba umsolwa wesifazane oneminyaka engu-28 ubudala uLungiswa Tsengiswe enyamalele ezikhindini zesiteshi samaphoyisa saKwazakele ngoLwesine.

UBeegte uthe kubonakale ngoLwesine ukuthi uTsengisiswe akasekho lapho abevalelwe khona.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa usomatekisi eMarianhill

“Ibamba lomphathi wesiteshi ubheke umabonakude wangaphakathi esiteshi kwabonakala ukuthi lona wesifazane weqe ngosizo lwala maphoyisa,” esho.

UBeegte uthe kuqale uphenyo lwangaphakathi njengoba la maphoyisa ethweswe amacala enkohlakalo, ukusiza ngokweqisa isiboshwa  nokwephula umthetho.

Kulindeleke ukuthi la maphoyisa avele enkantolo ngoMsombuluko mhlaka 1 kuJuni 2015.

UBeegte unxuse noma ngubani onolwazi ngoTsengisiwe ukuba axhumane namaphoyisa asesiteshini saKwazakele.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1040 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1116 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.0%
Rand - Pound
23.96
-0.1%
Rand - Euro
20.58
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
910.20
-0.2%
Palladium
998.50
-0.7%
Gold
2,312.84
-0.1%
Silver
27.06
-0.4%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,573
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,836
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE