Share

Utholakele eshonile owathenga indlu ngo-R3000

Johannesburg - Izakhamuzi zaKwaHlabisa endaweni yaseNhlanhleni, bezishaqekile ngesikhathi zibukele kumbiwa isidumbu sikamakhelwane wazo obengcwatshwe ethuneni elingashoni.


Indoda eneminyaka engu-34 ubudala isolwa ngokubulala nokungcwaba umufi, 52, ngemuva kokuba nengxabano mayelana nendlu yomxhaso.

Kukholakala ukuthi umsolwa wadayisela umufi le ndlu yomxhaso ngenyanga eyedlule ngemali engu-R3 000 kodwa ngemuva kwesonto elilodwa umsolwa wabuya wafuna indlu yakhe.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe 2 ngokubulawa kukanogada eKZN

Umufi wanqaba ukuphuma endlini, gwiqiqi izakhamuzi zabe sezibona umsolwa esebuyele endlini yakhe umufi engasabonwa.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane uthe: "Kuboshwe umsolwa ngecala lokubulala."

Imbangela yokubulala ayikaziwa okwamanje, kubika iDaily Sun.

Umsolwa uzovela eNkantolo yeMantshi yakwaHlabisa maduze.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                                    

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 284 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 562 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
-0.5%
Rand - Pound
23.74
-0.5%
Rand - Euro
20.27
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.23
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
978.60
+0.3%
Palladium
1,023.50
+0.1%
Gold
2,370.16
-0.6%
Silver
28.25
-2.2%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
67,053
-1.9%
All Share
73,181
-1.8%
Resource 10
61,541
-3.7%
Industrial 25
98,851
-1.3%
Financial 15
15,654
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE